1
Luka 13:24
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Phikelelani ukungena ngesango elincane; ngokuba ngithi kini: Abaningi bayakufuna ukungena, kodwa bahluleke.
Compare
Luka 13:24ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
2
Luka 13:11-12
Bheka, kwakukhona owesifazane onomoya wobuthakathaka iminyaka eyishumi nesishiyagalombili, eqhothile engakwazi nokusukuma. Kwathi uJesu embona, wambiza, wathi kuye: Mame, ukhululiwe ebuthakathakeni bakho.
Luka 13:11-12ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
3
Luka 13:13
Wasebeka izandla phezu kwakhe; njalo wahle waqonda, wadumisa uNkulunkulu.
Luka 13:13ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
4
Luka 13:30
Bhekani, bakhona abokugcina abayakuba ngabokuqala, kukhona abokuqala abayakuba ngabokugcina.
Luka 13:30ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
5
Luka 13:25
Nxa umninindlu esesukumile wavala umnyango, seliqala ukuma ngaphandle lokungqongqotha emnyango, lisithi: Nkosi, Nkosi, sivulele; uyakuphendula athi kini: Anginazi lapho nivela khona
Luka 13:25ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
6
Luka 13:5
Ngithi kini: Qha, kepha uma ningaphenduki, niyakubhubha ngokunjalo nonke.
Luka 13:5ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
7
Luka 13:27
Kodwa uzakuthi: Ngithi kini: Kangilazi lapho elivela khona; sukani kimi nina nonke benzi bokubi.
Luka 13:27ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
8
Luka 13:18-19
Wasesithi: Umbuso kaNkulunkulu ufana lani? futhi ngiyakulifanisa nani? Unjengohlamvu lwesinaphi, aluthatha umuntu, waluphonsa ensimini yakhe; yamila, yaba ngumuthi omkhulu; izinyoni zezulu zahlala emagatsheni awo.
Luka 13:18-19ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
Home
ਬਾਈਬਲ
Plans
ਵੀਡੀਓ