1
Johane 5:24
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Ozwa izwi lami, akholwe ngongithumileyo, unokuphila okuphakade, akayi ekwahlulelweni; kodwa wedlulile ekufeni wangena ekuphileni.
Compare
Johane 5:24ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
2
Johane 5:6
UJesu embona elele, azi ukuthi wayesenesikhathi eside enjalo, wathi kuye: “Uyathanda ukusinda na?
Johane 5:6ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
3
Johane 5:39-40
Hlolani imibhalo; ngokuba nithi ninokuphila okuphakade kuyo; yiyona efakaza ngami. Kodwa anithandi ukuza kimi, ukuze nibe nokuphila.
Johane 5:39-40ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
4
Johane 5:8-9
UJesu wathi kuye: Sukuma, uthabathe uhlaka lwakho, uhambe. Wahle wasinda umuntu, wathatha uhlaka lwakhe, wahamba.
Johane 5:8-9ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
5
Johane 5:19
UJesu waphendula, wathi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: INdodana ingenze lutho ngokwayo, kuphela lokho ebona uYise ekwenza
Johane 5:19ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
Home
ਬਾਈਬਲ
Plans
ਵੀਡੀਓ