1
Johane 17:17
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Bangcwelise ngeqiniso; izwi lakho liyiqiniso.
Compare
Johane 17:17ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
2
Johane 17:3
Ukuphila okuphakade yilokhu ukuba bazi wena Nkulunkulu wedwa weqiniso, noJesu Kristu omthumileyo.
Johane 17:3ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
3
Johane 17:20-21
Angiceleli laba bodwa, kodwa nalabo abayakukholwa yimi ngezwi labo; ukuze bonke babe munye; njengalokhu wena, Baba, ukimi, nami ngikuwe, ukuze nabo babe munye kithi, ukuze izwe likholwe ukuthi wena ungithumile.
Johane 17:20-21ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
4
Johane 17:15
Kangiceli ukuthi ubasuse emhlabeni, kodwa ukuthi ubavikele komubi.
Johane 17:15ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
5
Johane 17:22-23
Nenkazimulo onginike yona ngibanikile bona; ukuze babe munye, njengalokhu thina simunye; Mina ngikubo, lawe ukimi, ukuze bapheleliswe ebunyeni; ukuze izwe lazi ukuthi wena ungithumile, nokuthi ubathandile, njengalokho ungithandile mina.
Johane 17:22-23ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
Home
ਬਾਈਬਲ
Plans
ਵੀਡੀਓ