1
2 kwabaseKorinte 4:18
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Thina singabheki okubonwayo kodwa okungabonwayo, ngokuba okubonwayo kungokwesikhashana; kodwa okungabonwayo kungokwaphakade.
Compare
2 kwabaseKorinte 4:18ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
2
2 kwabaseKorinte 4:16-17
Ngakho kasidangali; kepha noma kubhubha umuntu wethu wangaphandle, owangaphakathi wenziwa musha imihla ngemihla. Ngokuba usizi lwethu olulula, olungokomzuzwana, luyasisebenzela isisindo esiyinkazimulo emiyo yonke kakhulukazi
2 kwabaseKorinte 4:16-17ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
3
2 kwabaseKorinte 4:8-9
Siyabandezelwa nxazonke, nokho asicindezelwe; siyaxakeka, kodwa asidangali; siyashushiswa, kodwa asidelwa; siphonswa phansi, kodwa asibhujiswa
2 kwabaseKorinte 4:8-9ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
4
2 kwabaseKorinte 4:7
Kepha le ngcebo sinayo ezitsheni zebumba, ukuze ubukhulu bamandla obumangalisayo bube obukaNkulunkulu, bungabi buvela kithi.
2 kwabaseKorinte 4:7ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
5
2 kwabaseKorinte 4:4
okukubo unkulunkulu walelizwe uphuphuthekisile ingqondo yabangakholwayo, ukuze kungasi kubo ukukhanya kwevangeli lenkazimulo kaKristu ongumfanekiso kaNkulunkulu.
2 kwabaseKorinte 4:4ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
6
2 kwabaseKorinte 4:6
Ngokuba uNkulunkulu owathi ukukhanya kukhanye ebumnyameni, nguyena okhanyile ezinhliziyweni zethu, ukuze kukhanye ukwazi inkazimulo kaNkulunkulu ebusweni bukaJesu Kristu.
2 kwabaseKorinte 4:6ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
Home
ਬਾਈਬਲ
Plans
ਵੀਡੀਓ