1
1 kwabaseKorinte 10:13
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Anifikelwa ukulingwa okuvamile kubantu, kepha uNkulunkulu uthembekile, ongayikuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu; kepha kanye nokulingwa uyakunenza nendlela yokuphunyuka, nize nibe-namandla okukuthwala.
Compare
1 kwabaseKorinte 10:13ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
2
1 kwabaseKorinte 10:31
Ngakho-ke noma nidla, noma niphuza, noma nenzani, konke kwenzeleni udumo lukaNkulunkulu.
1 kwabaseKorinte 10:31ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
3
1 kwabaseKorinte 10:12
Ngakho-ke othi umile makaqaphele ukuba angawi.
1 kwabaseKorinte 10:12ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
4
1 kwabaseKorinte 10:23
Zonke izinto zivunyelwe kimi, kepha akusizi konke; kuvunyelwe kimi zonke, kepha akwakhi zonke.
1 kwabaseKorinte 10:23ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
5
1 kwabaseKorinte 10:24
Makungabikho ozifunela okwakhe, kodwa kube yilowo nalowo inotho yomunye.
1 kwabaseKorinte 10:24ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
Home
ਬਾਈਬਲ
Plans
ਵੀਡੀਓ