1
EkaJakobe 3:17
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
Kepha ukuhlakanipha okwaphezulu okokuqala kumhlophe, andukuba kube nokuthula, nokuva, nokulalela, kugcwele isihawu nezithelo ezinhle; akunakungabaza, akunakuzenzisa.
Compare
EkaJakobe 3:17ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
2
EkaJakobe 3:13
Ngubani ohlakaniphileyo nowaziyo phakathi kwenu na? Makakhombise ngenkambo enhle imisebenzi yakhe ngobumnene bokuhlakanipha.
EkaJakobe 3:13ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
3
EkaJakobe 3:18
Kepha isithelo sokulunga sihlwanyelwa ngokuthula kubo abakwenzayo ukuthula.
EkaJakobe 3:18ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
4
EkaJakobe 3:16
ngokuba lapho kukhona umhawu nombango, kukhona isiyaluyalu nezenzo zonke ezimbi.
EkaJakobe 3:16ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
5
EkaJakobe 3:9-10
Ngalo sibonga iNkosi uBaba, nangalo siqalekisa abantu abenziwe ngomfanekiso kaNkulunkulu; emlonyeni munye kuphuma ukubusisa nokuqalekisa. Akufanele, bazalwane bami, ukuba lokho kube kanjalo.
EkaJakobe 3:9-10ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
6
EkaJakobe 3:6
nolimi lungumlilo, ulimi lumi luyizwe lokungalungi phakathi kwezitho zethu, lungcolisa umzimba wonke, luthungela ukuphila konke, luthungelwa yisihogo.
EkaJakobe 3:6ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
7
EkaJakobe 3:8
kepha ulimi akakho kubantu onamandla okuluthambisa; lungububi obuyaluzayo, lugcwele isihlungu esibulalayo.
EkaJakobe 3:8ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
8
EkaJakobe 3:1
Ningabi ngabafundisi abaningi, bazalwane bami, nazi ukuthi siyakwamukeliswa ukwahlulelwa okukhulu.
EkaJakobe 3:1ਪੜਚੋਲ ਕਰੋ
Home
ਬਾਈਬਲ
Plans
ਵੀਡੀਓ