1
Mathewu 4:4
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Kodwa waphendula wathi: Kulotshiwe ukuthi: Umuntu kayikuphila ngesinkwa sodwa, kodwa ngamazwi wonke aphuma emlonyeni kaNkulunkulu.
ႏွိုင္းယွဥ္
Mathewu 4:4ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
2
Mathewu 4:10
Khona uJesu wathi kuye: “Suka, Sathane, ngokuba kulotshiwe ukuthi: ‘Wokhuleka eNkosini uNkulunkulu wakho, umkhonze yena yedwa.
Mathewu 4:10ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
3
Mathewu 4:7
UJesu wathi kuye: Kulotshiwe futhi ukuthi: Ungayilingi iNkosi uNkulunkulu wakho.
Mathewu 4:7ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
4
Mathewu 4:1-2
Khona uJesu waholekela nguMoya ehlane ukuba alingwe nguSathane. Esezilile ukudla izinsuku ezingamashumi amane nobusuku obungamashumi amane, wagcina walamba.
Mathewu 4:1-2ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
5
Mathewu 4:19-20
Wathi kubo: “Ngilandeleni, ngizanenza nibe ngabadobi babantu. Base bewashiya masinyane amanetha, bamlandela.
Mathewu 4:19-20ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
6
Mathewu 4:17
Kusukela kuleso sikhathi uJesu waqala ukushumayela nokuthi: “Phendukani, ngokuba umbuso wezulu ususondele.
Mathewu 4:17ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
ပင္မစာမ်က္ႏွာ
သမၼာက်မ္းစာ
အစီအစဥ္မ်ား
ဗီဒီယိုမ်ား