1
Mathewu 19:26
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Kodwa uJesu wabakhangela wathi kubo: Kubantu lokhu kakwenzeki; kodwa kuNkulunkulu zonke izinto ziyenzeka.
ႏွိုင္းယွဥ္
Mathewu 19:26ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
2
Mathewu 19:6
Ngakho abasebabili, kodwa sebenyamanye. Ngakho-ke lokho akuhlanganisileyo uNkulunkulu, makungahlukaniswa muntu.
Mathewu 19:6ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
3
Mathewu 19:4-5
Waphendula wathi kubo: Anifundanga yini ukuthi owabadala ekuqaleni wabenza owesilisa nowesifazane, na? Wathi: Ngenxa yalokhu indoda izatshiya uyise lonina, inamathele kumkayo, labo ababili bazakuba nyamanye?
Mathewu 19:4-5ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
4
Mathewu 19:14
Kepha uJesu wathi: “Vumelani abantwana, ningabenqabeli ukuza kimi, ngokuba umbuso wezulu ungowabanjalo.
Mathewu 19:14ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
5
Mathewu 19:30
Kepha abaningi abokuqala bayakuba ngabokugcina; futhi abokugcina bayakuba ngabokuqala.
Mathewu 19:30ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
6
Mathewu 19:29
Nalowo oshiye izindlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amasimu, ngenxa yegama lami, uyakwamukeliswa okuphindwe kakhulu, adle ifa lokuphila okuphakade.
Mathewu 19:29ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
7
Mathewu 19:21
UJesu wathi kuye: “Uma uthanda ukuphelela, hamba uthengise ngalokho onakho, uphe abampofu, khona uzakuba negugu ezulwini; uze ungilandele.
Mathewu 19:21ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
8
Mathewu 19:17
Wathi kuye: “Ungibizelani ngokuthi ngimuhle na? akakho omuhle, munye kuphela, okunguNkulunkulu; kepha uma uthanda ukungena ekuphileni, gcina imiyalo.
Mathewu 19:17ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
9
Mathewu 19:24
Njalo futhi ngithi kini: Kulula ukuthi ikamela lingene ngentunja yenalithi, kunokuba onothileyo angene embusweni kaNkulunkulu.
Mathewu 19:24ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
10
Mathewu 19:9
Nami ngithi kini: Yilowo nalowo olahla umkakhe, kungengenxa yokuphinga, aganwe ngomunye, uyaphinga
Mathewu 19:9ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
11
Mathewu 19:23
UJesu wayesethi kubafundi bakhe: “Ngiqinisile ngithi kini: Ocebileyo uyakungena kalukhuni embusweni wezulu.
Mathewu 19:23ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
ပင္မစာမ်က္ႏွာ
သမၼာက်မ္းစာ
အစီအစဥ္မ်ား
ဗီဒီယိုမ်ား