1
Mathewu 13:23
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Kepha ohlanyelwe emhlabathini omuhle nguye olizwayo izwi, aliqonde; ethela isithelo, enye ngekhulu, enye ngamashumi ayisithupha, enye ngamashumi amathathu.
ႏွိုင္းယွဥ္
Mathewu 13:23ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
2
Mathewu 13:22
Ohlanyelwe emeveni nguye olizwayo izwi; futhi ukukhathazeka kwalesi simiso sezinto, nokukhohlisa kwengcebo kuminyanisa izwi, libe ngongatheli.
Mathewu 13:22ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
3
Mathewu 13:19
Nxa yilowo nalowo olizwa izwi lombuso, engaliqondi, omubi uyeza, ahlwithe okuhlwanyelwe enhliziyweni yakhe. Nguye owahlanyelwa ngasendleleni.
Mathewu 13:19ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
4
Mathewu 13:20-21
Kodwa ohlanyelwe edwaleni, nguye olizwayo ilizwi, ahle alamukele ngentokozo; Kodwa kanampande phakathi kwakhe, kodwa uhlala isikhashana; kuthi sekuvele usizi nokuzingelwa ngenxa yezwi, akhubeke masinyane.
Mathewu 13:20-21ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
5
Mathewu 13:44
Futhi umbuso wezulu ufana nengcebo efihlwe ensimini; okuthi lapho umuntu eseyitholile, wayifihla, futhi ngenxa yokujabula kwayo wahamba wathengisa ngakho konke anakho, wayithenga leyo nsimu.
Mathewu 13:44ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
6
Mathewu 13:8
Kepha enye yawela emhlabathini omuhle, yathela isithelo, enye ngekhulu, enye ngamashumi ayisithupha, enye ngamashumi amathathu.
Mathewu 13:8ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
7
Mathewu 13:30
Kuyekeni kukhule kokubili ndawonye kuze kube sekuvuneni
Mathewu 13:30ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
ပင္မစာမ်က္ႏွာ
သမၼာက်မ္းစာ
အစီအစဥ္မ်ား
ဗီဒီယိုမ်ား