1
Mathewu 11:28
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Zanini kimi nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo, mina ngizakuniphumuza.
ႏွိုင္းယွဥ္
Mathewu 11:28ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
2
Mathewu 11:29
Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi; ngokuba ngimnene, ngithobekile ngenhliziyo; niyakufumana ukuphumula emiphefumulweni yenu.
Mathewu 11:29ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
3
Mathewu 11:30
Ngokuba ijoka lami lihle, nomthwalo wami ulula.
Mathewu 11:30ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
4
Mathewu 11:27
Zonke izinto zinikelwe kimi nguBaba; akakho owazi iNdodana, kuphela uBaba; kakho futhi omaziyo uYise, ngaphandle kweNdodana, njalo loba ngubani iNdodana ethanda ukumambulela kuye.
Mathewu 11:27ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
5
Mathewu 11:4-5
UJesu waphendula, wathi kubo: Hambani nimtshele uJohane lokho enikuzwayo nenikubonayo; Izimpumputhe ziyabona, nezinyonga ziyahamba, abanochoko bayahlanjululwa, nezithulu ziyezwa, abafileyo bayavuswa, nabampofu bayashunyayezwa ivangeli.
Mathewu 11:4-5ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
6
Mathewu 11:15
Onezindlebe zokuzwa makezwe.
Mathewu 11:15ရွာေဖြေလ့လာလိုက္ပါ။
ပင္မစာမ်က္ႏွာ
သမၼာက်မ္းစာ
အစီအစဥ္မ်ား
ဗီဒီယိုမ်ား