1
Kwabase-Efesu 6:12
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
ZUL59
ngokuba asibambene negazi nenyama, kodwa sibambene nemibuso, namandla, nababusi bezwe balobu bumnyama, nabawomoya bobubi emkhathini.
ತಾಳೆಮಾಡಿ
Kwabase-Efesu 6:12 ಅನ್ವೇಷಿಸಿ
2
Kwabase-Efesu 6:18
ngokukhuleka konke nokunxusa, nikhuleka ngezikhathi zonke ngoMoya; kulokho nilinde ngesineke sonke nangokunxusela abangcwele bonke
Kwabase-Efesu 6:18 ಅನ್ವೇಷಿಸಿ
3
Kwabase-Efesu 6:11
Hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu, ukuze nibe namandla okumelana namaqhinga kaSathane
Kwabase-Efesu 6:11 ಅನ್ವೇಷಿಸಿ
4
Kwabase-Efesu 6:13
Ngakho hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu ukuba nibe namandla okuzabalaza ngosuku olubi, nalapho senifeze konke, nime.
Kwabase-Efesu 6:13 ಅನ್ವೇಷಿಸಿ
5
Kwabase-Efesu 6:16-17
kukho konke nithathe isihlangu sokukholwa eniyakuba namandla okucima ngaso yonke imicibisholo evuthayo yomubi, namukele futhi isigqoko sensindiso, nenkemba kaMoya eyizwi likaNkulunkulu
Kwabase-Efesu 6:16-17 ಅನ್ವೇಷಿಸಿ
6
Kwabase-Efesu 6:14-15
Ngakho yimani izinkalo zenu ziboshiwe ngeqiniso, nifakile isivikelo sesifuba sokulunga, izinyawo zigqokisiwe ukulungela kukho ukushumayela ivangeli lokuthula
Kwabase-Efesu 6:14-15 ಅನ್ವೇಷಿಸಿ
7
Kwabase-Efesu 6:10
Elokugcina, qinani eNkosini nasemandleni ayo amakhulu.
Kwabase-Efesu 6:10 ಅನ್ವೇಷಿಸಿ
8
Kwabase-Efesu 6:2-3
Yazisa uyihlo nonyoko, okungumyalelo wokuqala onesithembiso: ukuze kube kuhle kuwe, uhlale kade emhlabeni.
Kwabase-Efesu 6:2-3 ಅನ್ವೇಷಿಸಿ
9
Kwabase-Efesu 6:1
Bantwana, lalelani abazali benu eNkosini, ngokuba lokho kulungile.
Kwabase-Efesu 6:1 ಅನ್ವೇಷಿಸಿ
ಮುಖಪುಟ
ಬೈಬಲ್
ಯೋಜನೆಗಳು
ವೀಡಿಯೊಗಳು