1
Mathewu 15:18-19
Baasraak Zulu New Testament Bible
ZuluNT
Kepha okuphuma emlonyeni kuphuma enhliziyweni; futhi ziyamngcolisa umuntu. Ngokuba enhliziyweni kuphuma imicabango emibi, ukubulala, ukuphinga, ubufebe, ukweba, ukufakaza amanga, ukuhlambalaza
Compare
Mathewu 15:18-19 ખોજ કરો
2
Mathewu 15:11
Akusikhona okungena emlonyeni okungcolisa umuntu; kodwa okuphuma emlonyeni, yikho okumngcolisayo umuntu.
Mathewu 15:11 ખોજ કરો
3
Mathewu 15:8-9
Lababantu basondela kimi ngomlomo wabo, bangidumisa ngezindebe zabo; kepha inhliziyo yabo ikude nami. Kepha bangikhonza ngeze, befundisa izifundiso eziyimiyalo yabantu.
Mathewu 15:8-9 ખોજ કરો
4
Mathewu 15:28
UJesu waphendula wathi kuye: O mame, kukhulu ukukholwa kwakho; Indodakazi yakhe yasinda kusukela ngaleso sikhathi.
Mathewu 15:28 ખોજ કરો
5
Mathewu 15:25-27
Wasesiza wakhuleka kuye, wathi: Nkosi, ngisize. Kepha waphendula wathi: “Akukuhle ukuthatha isinkwa sabantwana, siphonse ezinjaneni. Wathi: “Yebo, Nkosi, nokho nezinjana ziyadla imvuthuluka ewa etafuleni labaninizo.
Mathewu 15:25-27 ખોજ કરો
હોમ
બાઇબલ
યોજનાઓ
વિડિઓઝ